UMENGAMELI uCyril Ramaphosa usebenzise inkulumo yakhe ayibhekise esizweni ukundlala izinhlelo zikahulumeni wokubambisana nayo yonkke imisebenzi esiqaliwe. Cindezela incwadi ngezansi ufunde yonke ...
UZwane ophume nephuzu kwiChiefs okuyiqembu ahlale kulona iminyaka engaphezu kuka-20, uncome umqeqeshi, uNasreddine Nabi, ...
Lo mcimbi kuvele ukuthi kubekwe u-R6 million njengoba nanyakenye kwakubekwe imali elinganayo ukuwuhlelela. Laba baholi bathe ...
Okhulumela uRamaphosa, uMnuz Vincent Magwenya, uthe izinsongo zikaTrump nodaba lwase-DRC akuzange kuwathikameze amalungiselelo ale nkulumo eyaziwa nge-State of the Nation Address (Sona).
Uthe balindele ukuthi uRamaphosa athule umhlahlandlela ocacile ngezinselelo ezibhekene nomphakathi. “Silindele ukuthi ayithinte eyokwakha amathuba emisebenzi, eyokukhulisa umnotho, eyokwehlisa indlala ...
Ungesinye sezimenywa esiqinisekise ukuthi sizohambela lo mcimbi ehlanganyela nozakwabo oMnuz Thabo Mbeki noMnuz Kgalema Motlanthe. Phambilini, ubengaqinisekisi ukuthi uzoba yingxenye yalo mcimbi ...
AYAQHUBEKA nokubonakala amagalelo engwazi yomlingisi engasekho, uConnie Chiume, oshonele esibhedlela ngo-Agasti 6 ngemuva kokungeniswa khona egula.
ISundowns inenebula iSupersport nje, ibisinqoba umdlalo wesithupha kulandelana ngaphansi komqeqeshi uMiguel Cardoso othathe izintambo zokuqeqesha kuManqoba Mngqithi okhonjwe indlela ngoDisemba.
I-Orlando Pirates yendlalele umdlalo omqoka neMamelodi Sundowns ngokwehlula iSekhukhune United koweBetway Premiership e-Old Peter Mokaba Stadium, ePolokwane, ngoLwesithathu ebusuku.
UBONA kufanele baqine kuzona zonke izingxenye zenkundla ukuze bazibeke ethubeni lokubuya nokuthile emdlalweni weligi abazowudlala neMamelodi Sundowns umqeqeshi weSuperSport United, uGavin Hunt.
EMUVA kweminyaka eyishumi egijima kwiPremier Soccer League (PSL), umgadli weMamelodi Sundowns, uPeter Shalulile, usethubeni ...
UKUTHOTHANA kwemidlalo ebholeni lesimanje kusho ukuthi sesadlula isikhathi sokuthi abalandeli baklolodelane isonto lonke uma ...